Yimba, Ndumela Gwaza ngeJozane elibomvana, Nkani zaphikwa emini abanye beziphika ebusuku. Mahlobo, Vuyandlu kaMachoboza, Sihasha somvemvane wena owalala ngengubo engakaze ilale muntu, Thundela esweni abanye bethundela esineneni, Mlamlankunzi ziyekele zibulalane !
More about YimbaEducational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel