Mbuyisa,
Sama, Nyathikazi, Nxoza buhlalu,
Sivimbi samaSaka namaSakazane,
Angiyithwali inxoza yethusi iyedabuka,
Tshelani amadoda asuke phansi komthunzi wentaba izingane ekhaya zafa ukuthuthumela,
MBUYISA!