Izithakazelo zakwaHlongwane, Hlongwane Clan Praises and Clan History

Nkosi,
Ngwane,
Hlongwane,
Sangweni,
Mntungwa,
Ndabezitha,
Mwelase,
Masumpa kaTshani, Tshani obude kaNsele,
Masenga sileka,
Nduku Zinobulongwe,
Mwelase ongaweli ngezibuko, owela ezinhlangeni zomfula,
Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Nina bakaMatiwane,
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

More about Hlongwane Hlongwane And

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel