Phumifa Clan Praises & History

Phumifa
NHLIZIYONGISE Nzondo
Nolaka
Wena odlengokulalela indaba ungasho lutho
Skhwilisiphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho kanyoko !

Uphumifa uzala u NHLIZIYONGISE,
Nzondo kanye no Nolaka

Uphumifa kwakwu mfan owayevele uma exoxelwa indaba agcine ngokuvuma kuphela wayengeke akuxoxise mekuxoxisile kwaku yinhlahla,ingakho kwathiwa ”wena odlengokulalela indaba ungasho lutho ” la eyaye hlala khona kwakumhlula ukuthi lalele abazali bakhe kwathiwa u ”skhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho kanyoko ”

Abantu bakwa phumifa abantu abangandile kakhulu kuleli lengabade abayimvela kancane, uphumifa waze wabona ukuba ngcono ayokwakha umuzi wakhe.azumele ngoba kwakumuntu owaye nokuxabana nabafowabo wa phuma kuba eyoba ne fa lakhe.

More about Phumifa

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel