Mvula clan name izthakazelo zakwa Mvula

Mvula,
Magangane, Mlotshwa, Macala, Mgamule Nina abakamoya, Nina bakwa Macala, Zikode, Nina abakanophunga yizwa nohlanga, Nina abakwasilayindu wengwegweni, Nina abanyawo ezaza nodaka ensimini kamambokazi, Nina abakwa hubhu labhejane, Nina abakwasbhamu esaduma enkundleni kano bhengu, Nina abakwa fofo weziziba
Mvula!!!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment