Siphambo Clan Names
Siphambo / Spambo people are Hlubi’s by origin.
Siphambo is the son of Mpangazitha kaBhungane !
Hadebe
Mthimkhulu
Bhungane kaNsele
Maphanga kaNsele
Tholelesilo
Busobengwe
Mashiyamahle amade nje ngawenyamazane
Sgoloza esimehlwabomvu esithi uma sibheka umuntu kube ngathi siyamujamela
Mafuzafulele nje ngefu lemvula
Makhulukhulu Mehlomakhulu
Umkhulu Bhungane
Ziyengane eziyenga umuntu zimyenga ngendaba
Mthimkhulu
Ndlubu ezamila kabi ngoba zamila emthondweni
Nina enindlebe zikhanyβilanga
Nina enindlebe zinhle zombili
Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama
Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele
Mashwabada owashwabadela inkomo nezimpondo zayo !!!
Leave a Reply