Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to see pictures

Madalane,
Mlungu,
Mathala,
Mlungu omnyama, umahlala phezulu esaba ukwehla. Khozi olukhipha inhlanzi esizibeni luyibeke enhlabathini ukuthi abadlula ngendlela bayicoshe. Nina abaphendula ukhozi laba uMlungu. Abomcebo negolide. Gaja elikhulu phezulu linciphe ngezansi. Mlungu onamakhala amakhulu, ofinya abambe amakhala ngezandla zombili.
Mlungu,
Mathala.


More information is available on our YouTube channel