Sanibona.

Ngisacela ukubuza ukuthi uKhukhuza KaNgonyama kwaba obani abafowabo – kungabe waba khona uVezi no Masina?

Baqhamuka bese Vryheid (Mpangisweni/Zwathi) abanye bafika kanjani eNtumeni, eShowe?

Ngiyabonga.

Uma unolwazi sicela ubhale impendulo kuma-comments ngezansi.