Ngaphesheya song lyrics

Ngaphesheya song lyrics 

Ngom’sa wakh’ omkhulu, uyosiholela
Embuswen’ wezulu, ngaphesheya;
Nom’ indlela yakhe idin’ umntanakhe,
Iy’ ekhaya lakhe, ngaphesheya.

Ngaphesheya, ngaphesheya,
Siyakuphumula, siyakujabula,
Ngaphesheya, ngaphesheya,
Nza sifik’ ezwen ngaohesheya.

Nom’ usiholela nasehlan’ elibi,
Wosiphumisela ngaphesheya.
‘Mlilo ukhanyiya, nefu lisithisa,
Konke kusiyisa ngaphesheya.

‘Nkosi yamakhosi iyosiholela,
Kwelivam’ inyosi, ngaphesheya.
Siyokudl’ emthini, siphuz’ emanzini,
Sohub’ eNkosini, ngaphesheya

Sesithemba, sithi: Uyosiholela,
Size kwelakithi, ngaphesheya;
‘Jesu wosiphula mhla sowel’ umfula,
Khona sizocula, ngaphesheya

More about Ngaphesheya Song Lyrics

Educational videos


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

Leave a Comment