Nazi ezikaMwelase(uNtshonondo)
Shoba!
Mwelase! (ongawelanga ngazibuko owele ngezinhlenge zomfula)
Mpikela!
Ntshonondo!
Mafisa!
uDada bhul’amanzi ngamaphiko
iNkwenkwezi eyendele emafini ngokubikelana kwamakhwezi ukuthi sekuyasa
Nazi ke ezikaMwelase (uNongalo)
Shoba!
Mwelase(ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomvula)
Mpikela!
Nongalo!
Badl’insika balambile
Nkomo kaziphuzi ubusika nehlobo
Wena kamfen’encane eyawela emakhabeni
(Sesiqedile ke ngezika Shoba uMwelase)
Akesibone ezikaShoba(uMjakada)
Shoba!
Mjakada(ojakadule njengethole)
Nowanqa
Bese sigcina ngezika Shoba(uMbanzeni)
Shoba!
Mbanzeni!
Mgcibe!
Makhahlelana wakhahlel’umuntu waze wazingcolisa
Salivesha
Mbangumuthi
Sinoxolo Shoba Gadi
Shoba
Mjakada
Mkhaliphi
Lokothwayo
Nowanqa
Mhlalibutze
Angazi kuthiweni kuze kuyofika ko Mhluthuka nhloko kusale abahle.ππ Komalume
Khuthala Shoba
MaShoba Amahle
Cela ningicacisele ukuthi kukhona uShoba uNongalo…uShoba Mwelase…noShoba uMjakada bahlukana kanjani…Mina ngikhula kuthiwa siwuShoba uMjakada Nowanqa siqhubeka sithini