Izithakazelo zakwa Ndzaba Msuthu & Umlando

Izithakazelo zakwa Ndzaba: Ndzaba Mwelase Msuthu Khokhozela njengelifu lemvula Vangane Vezi Bhili Mancoba Bhincelehlangeni amany’amadoda ebhincelendini Sishuba Gqagqane Buzini Mqhamo Dlamahashi wohlanga lwaseLundini Ntwezibomvu Ngajuse Thukela Into ezehla ezinkahlambeni Entabeni zishubele ngenqatha lehashi Rhanza Malala nentombi kuse icela umntwana !! Umlando, uNdzaba ngowakhona Kwa Dlamini kuthiwa kudala phambi kokuba izizwe zifuduke zizale izwe lomzantsi Africa … Read more

Umlando wakwa Mkhwanazi Kwa Mpukunyoni 1800-2025

Abantu bakwa Mkhwanazi kwa Mpukunyoni bafike lapha ngeminyaka yabo 1800 kufika u Veyane eqhamuka ebukhosini bamaSwati ngoba ngaleminyaka ibingakabibikho imingcele yamazwe kanye nawo amazwe asikwe ngo 1884 nge-Berlin Conference. Uthe uma efika Veyane wathi zibalala kwesakwaThabethe kodwa wangamukelwa wase wadlulela kwesakwa Nyawo nakhona kwangahamba kahle. Wafudukela kwaMnqobokazi lapho athi ukuzinza khona waze wafudukela ngaphesheya kwe … Read more