Ngaphesheya lyrics 😍 Ngaphesheya song

Ngaphesheya lyrics 😍 Ngaphesheya song

Ngom’sa wakh’ omkhulu, uyosiholela
Embuswen’ wezulu, ngaphesheya;
Nom’ indlela yakhe idin’ umntanakhe,
Iy’ ekhaya lakhe, ngaphesheya.

Refrain

Ngaphesheya, ngaphesheya,
Siyakuphumula, siyakujabula,
Ngaphesheya, ngaphesheya,
Nza sifik’ ezwen ngaohesheya.

2. Nom’ usiholela nasehlan’ elibi,
Wosiphumisela ngaphesheya.
‘Mlilo ukhanyiya, nefu lisithisa,
Konke kusiyisa ngaphesheya.

3. ‘Nkosi yamakhosi iyosiholela,
Kwelivam’ inyosi, ngaphesheya.
Siyokudl’ emthini, siphuz’ emanzini,
Sohub’ eNkosini, ngaphesheya

4. Sesithemba, sithi: Uyosiholela,
Size kwelakithi, ngaphesheya;
‘Jesu wosiphula mhla sowel’ umfula,
Khona sizocula, ngaphesheya.

More about Ngaphesheya Lyrics Ngaphesheya Song

Educational videos


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

Leave a Comment