Izithakazelo zakwaMthombeni
Ntenga,
Duma, Magagula,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
Ngongolozi owaphekwa netshe,
Kwavuthwa lona kuqala,
Thabisa,
Mvenya!
Ntenga,
Duma, Magagula,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
Ngongolozi owaphekwa netshe,
Kwavuthwa lona kuqala,
Thabisa,
Mvenya!
Β© 2026
Unknown
Lwandle Ka Duma
Unknown
Awu sukanin madoda…. Mngongolozi
Unknown
MTHOMBENI.DUMA.MAKHUNGA.MAGAGULA.LWANDLE KALUWELWA,LUWELWA ZINKONJANE ZONA EZIPHAPHA PHEZULU. UMFAZ'OMABELE MADE ONCELISELA NGAPHESHEYA KOMFULA
Unknown
MTHOMBENI MAGAGULA MAKHUNGA duma KALWANDLE kaliwelwa liwelwa, MFAZI OMABELE made ONCELISA ingane INGAPHESHEYA KOMFULA
Unknown
Gutshwa 'goduke nomhlambi wakhe