clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Madlala 😍 Madlala Clan Names

Izithakazelo zakwa-Madlala

Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!

Omunye umlandeli wale-blog ubhale kanje

Previous

Izithakazelo zakwa Made & Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Madondo 😍 Madondo Clan Names

26 Comments

  1. Fanyana Madlala

    Thina sithi:

    Madlala! Mlipha!
    USgod’ esasind’ abetshathi,
    owase Ngidi nase Ngwavuma
    UMzilikazi ka Mashobane;
    owawela ngogodo umful’ ugcwele
    ihlokohloko lomlambo
    Mphephethe!
    Kush’ oshayo;
    Owadl’ udadewabo wath’ akananyongo
    Umhlehl’ ubhabhakazi…
    Madlala!!!

  2. Bongiwe

    Umah wam uMadlala from former eastern Cape, Umzimkulu iriginating from Kokstad. Bona ngoMadlala, phezani, tshatsheni, langa phumasikothe, malizo

  3. Lwando

    NgiwuMadlala endawana an area located near underberg.. ngiwu Madlala uSishi , uKhabal’daka ,iHlokohloko eladl’inhlunu liylilela ,uDlobeni.

  4. How does Bhengu and Madlala come together historically(clan names)

  5. Thandiwe Madlala ka Gubuzela

    Thandiwe Madlala sishi khabalidaka jongolo Lilala wena owalala nomuno enquza wavuka wakhomba empumalanga. Hlokohloko Nina enadla insimu nayililela wena so godla owagodla ingwe nengonyama malanda amhlophe msunukanyoko

  6. Sishi

    Madlala
    Sishi
    Khabal’daka
    Hlokohloko
    Nina enadla insimu niyililela
    Somgodla owagodlingwe nengoyama
    Malanda amhlophe
    Msunukanyoko

  7. Siyanda smangaliso madlala

    Madlala
    Sishi khabaludaka sozaba dlobeni nongane nzimase kamthandela hlokohloko lakomyakana Nina enadla inhluni niyililela msununu kanyoko gengeshe bhabala egwaba igijima ukuba ayigwabanga ngabe asikhola

  8. Hawu madoda, nayidla niyililela?????

  9. Yebo nami ngazi :
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

  10. uyazishaya kakhulu manje uMlando wakaMadlala ngabe unawo?

  11. thina eMpendle sithi
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

  12. ezami zithy madlala,sishi,khabaldaka,hlokohloko,wen'owashaya insim'yazmilela

  13. Busi Madlala. Mina ngazi siqhamuka ngase Swwazini. Madlala,Mlipha,Mphephethe,owadla umkadadewabo watching akananyongo,watching akanamhlehlo,umhlehlo isibhabhakadane.

  14. Christina Dube
    mina ngazi ukuthi uMadlala umphephethe yena owadla umhlehlo kadadewabo wathi akanamhlehlo mlipha

  15. Mcikili, Sozabe, Hlokohloko, Khabal'daka

  16. Nami kuyangithusa okwakaBhengu, kodwa angiqali ukukuzwa.

  17. Thina ngapha emsinga..singo gwegwana sishi hlokohloko khabaludaka mlenzubovu badlibenhlunu abafaz namadoda beylilela sofohlo mdlenevu

  18. bhengu aibo ngempela ngowaka sishi gishadele ka bhengu

    • Unkown

      It’s Nengu not Bhengu

  19. Ai iqinisilevubawo Ibona iMadlala abakhona,yize noma ngu Dlomo mina

  20. Sozabe, Mcikili, Somagodlo, Owagodl'ingwe neNgonyama, ticubi at'lindwa tidliwa tik'hlata, Khaba L'daka, Mabiya ngothuli Amahlahla ehleli………

  21. Exactly

  22. Sishi, Khabalidaka, Dlobeni nina enadla inhlunu niyililela. Asiyidli imfe kaMkhwekazi

  23. Mina engizaziyo ezithi Sozabe, somagodl owagodl' ingwe, nengonyama, mcikili, mabiya ngathuma, amahlahl' ehleli,

  24. uyabheda ababa

  25. emzumbe o Madlala sibazi bewo:

    Sishi
    Sozabe
    Mcikili
    Somagogla abagodla ingwe nengonyama , mabiya ngothuli amahlahla ehlezi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: