admin
Makaba Clan Names, Meaning & Surname History
Makaba izithakazelo:
Radebe,Β Bongani Makhukhulu !
Mafuza afulele!
Shwabada owashwadela inkomo nezimpodo zayo!
Dlamalala
Ndlebe zikhanya ilanga
Ndlebe zintle zombini
Hlubi elihle
Ngelengele !!
Magwanyana Clan Names, Meaning & Surname History
Manyonyo,
Mbedu,
Mhlaluka,
Mandesithebeni njengensonyama,
Sidla boya, bathi abanye bedla inyama wena wadla uboya!!
Admin notes: Omunye usibhalele wathi uzazi kanje:
Magwanyana
Manyonyo, Mbedu, Mhlaluka, Majozi, Amabhaca abhacela ushaka, Nina baka Mfazi onamabele amade ancelisa umtwana engaphesheya komfula, Nina baka ntombi engxama ngoba iyemfuleni, Gwanyana!!!! Inkosii ayiqedwa!