Skip to content

izithakazelo

  • 🌐 About us
  • βž• Add info
  • 🎡 Archive
  • πŸ” Search your surname info here
  • βš™οΈ Services
  • πŸ›‘οΈ Privacy policy

Izithakazelo zakwa Chule Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chule

Nxele,
Msweli!

  • Chule origin
  • Umlando wakwaChule
  • Izindawo ezigcwele abantu bakwa Chule
  • Inkosi yakwaChule
  • Chule totem
  • Ezinye izibongo ezihlobene nabakwaChule
  • Izihlobo ezidukelene – Find your lost relative
Categories Uncategorised Tags height, mbanjeni, moshupje, sihlu, tsebe, weidenbruck 7 Comments

Chonco Gambushe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chonco 😍
  • Chonco,
  • Gambushe,
  • Shay’imamba,
  • Nyongande ziy’emhlubulweni,
  • Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
  • Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
  • Mfomubi!
Categories Uncategorised Tags dedeza, height, moshupje, tsebe, weidenbruck, wynkwardt 4 Comments

Izithakazelo zakwa Chiya Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chiya

  • Chiya
  • Galweni,
  • Wohlanga,
  • Magangath’indlela kuvele udonga!

Some say it like this:

Chiya uGalweni magangada udonga kuvelindlela, Continue reading >>

Categories Uncategorised Tags griffith, moshupje, muthwa, tshezenza 20 Comments

Izithakazelo zakwa Chiliza Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chiliza

  • Chiliza,
  • Mdunge,
  • Chiliza,
  • Shabalala,
  • Zisuka zibekwa,
  • Bhoyiya,
  • Mdzakudza,
  • Hlule hlophe,
  • Wena owadunga amanzi baphuza abafokazana,
  • Dunge elihle, dunge elimhlophe!
  • Mkhathini,
  • Ngubonduna!

Categories Uncategorised Tags moshupje, ncindesi, skhothana, vasanthala 6 Comments
Older posts
Newer posts
← Previous Page1 … Page24,437 Page24,438 Page24,439 … Page24,444 Next →

πŸ” Search here

+ ADD CLAN NAMES

β–Ά UTube Channel

πŸ” SEARCH πŸ”

© 2026 izithakazelo • Built with GeneratePress