clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Funeka

Vidima Clans Name

Vidima,
Shozi,
Gabhisa,
Funeka,
Mvemnyama,
Wena ka Makhongolo,
Ndimande,
Khothane !!

Izithakazelo zakwaVidima, Vidima Clan

Skhuphakhupha, Ngqayi, Makhongolo, Funeka, Mzila, Ndimende (Ndima ende), waze wafikela kwaMkhize wagwaza wamela le, Mvumnyama, Mswati woMzulu, waphenduka yibo, wena ongenaNkosi, Sikhuthali, uMabheka phansi musukele uzomubona. Abanye bathiSoshangaan, Manukosi, Aziqedwa.

Amanye yamakhehla akhona
Khothani, Tilongo, Gozile ( wayeke abuye athi ncwadi zabelungu mayethakasela), omabilwana, Bhekithemba, Mandlakayise.

Izithakazelo zakwa Funeka

  • Ganu,
  • Vadima,
  • Ncamula,
  • Jingose,
  • Madlokuvu,
  • Awucedwa njengambangazitha

Mbanjwa Khathini clan

Izithakazelo zakwa-Mbanjwa:

Sokhela,

Nyon’emyama,

Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo,

Gqabela kavezi,

Wena ozalisa abafazi baliwe amadoda abo,

Mzukuzeli ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane ezindizela phezulu,

Mpazela,

Sisho wena nkanyezi yezulu,

Mzekwa,

Galaza,

Magujwa,

Dindela!

Funeka Clan Praises

Funeka Clan Praises Β 

Ganu ganu,

Vadima,

Ncamula,

Jingose,

MaDlokuvu,

Awucedwa njengambangazitha!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: