πŸ’›

izithakazelo

Tag: gubevu

Ukukhomba ngophakathi

Ukukhomba ngophakathi

Kusho ukubusa imvamisa makudliwa noma kujatshulwe nje, kuthiwa ukhomba ngophakathi.

Kusukela lapho uma kudliwa inyama mhlawumbe kunomsebenzi lapho umuntu ephethe inyama, uma efuna ukukhomba into ukhomba ngomuno ophakathi. Kuyafana nokufinya ngendololwane.

Izithakazelo zakwa Dlodlo Clan & Family History | Umlando

Izithakazelo zakwaDlodlo

Mpangazitha,
Mbanjwa, Mdladlana,
Mabanga, Mtingi,
Bangile, Mthiyane,
Mathabela!

Page 3 of 3

Β© 2026