clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Gxabhashe

Sonkophe clan names

Donda, Msiyane,
Jiba ongadliwa nyoni,
Gxabhashe, Xulu, nkophe ezinde ezingalingani nezabafokazane, Makhathini,
Mlilo uyavutha !

Izithakazelo zakwa Xulu Clan Names

Izithakazelo zakwa Xulu

makhathini,
gxabhashe,
donda wasenkweleni,
khuhla phansi njenge khowandlovu,
ntulikabongwa ubonga yenaΒ uzona umlomo,
wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
sonkophe,sombisa

Izithakazelo zakwa Xulu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Xulu

Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: