πŸ’›

izithakazelo

Tag: hlobo

Izithakazelo zakwa Hlobo Clans & History

Hlobo Clan Names & Praises are as follows:

Hlobo ka phunga; Langa eliphuma endlebeni yendlovu, nina bakwa Ndabezitha boZulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda;
Bomfundama kaNtombela; Nin’ enaphuma
esizibeni zaseMpembeni;

Nina bakwa nhlala zikweni izilokazana zaka nozidiya;
Nina bomBambangwe;
Nina benkosana kaZulu isilo sabuphendula ubuhoyiza bomnyana abavundla inkudla osangweni; oJama Kasilwane onoxhapha afutha abilayo onjengomlilo;
Nina bengonyama emnyama njengo Bala komlandakazi wayo,
Malandela !!

Izithakazelo zakwa Gwagwa Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Gwagwa:

Gwagwa Mlambo ongawelwa amaxoki owelwa inkonjane Ngoba zindizela phezulu. Cutama. Matalankosi talubawo. Ndzatuka. Qonga

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén