πŸ’›

izithakazelo

Tag: kerke Page 2 of 4

Mabhida clan praises, Meaning, Origin & History

Sgidla umabele jongosi
othanda intombi encane
ngoba endala zimubangela ufehlane !

Mjweni Clan Names, Meaning, Origin & History

Mjweni Surname | Mjweni Clan Praises

VOLWANE, NCAMA, BHUSULA, SISINDO SEHLA NENGALO, NXEBA LENDODA ALIBHEKWA NGABAFAZI LIBEKWA NGAMADODA ngoba lise nhla kwedolo
ZANGELA,
NDLEBE ZIMQHEWU ZAQHEWULWA AMAGUNDANE,
MABHIDA,
MJWENI,
NQAKAZA,
MGABISA OWA GABISA NGESKHWEBU SOMBILA ENTABENI,
KHUSI,
GIDA,
NTABA NENKOBE,
NOMPUKUKAZI,
MAGOJO,
ZANGELA,
MLONDE,
NCINDANE,
SHOBA,
NCAMA,
KHUSI !

Izithakazelo Zakwa Mabhida Clan Names

Mabhida, Julaz, Sgwaza ka Schoko Mabhala Ngozipho Abanye bebhala ngepensela, Dambuza mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini !

Izithakazelo Zakwa Mabhida Clan Names

Mabhida, Sgwaza, Julaza, Choko, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Dambuza, Mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini….
thina endlin kamnqolo zikanje ngyazi abanye baba nokudideka ezithakazelwen zakwamabhida isikhathi esiningi kubizwa amakhehla ngokwezindlu ingakho ziba ngath zinokuhluka kodwa munye mabhida jikelele !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Page 2 of 4

Β© 2026