πŸ’›

izithakazelo

Tag: lely

VAN DER LELY Clan Names & Family History | Umlando

Van Der Lely Clan Names, Meaning & History.

Van Der Lely surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Mahemu Clan

Mahemu
Ntshingila
snothili ka Ndaba
Thina esavunula ngokuphelele savela basaba thina esangena nolukhuni emanzini saphuma nalo luvutha

Mahemu Surname

Mahemu-Lerete

if you know more information about this surname, please add in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Ntshingila Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Ntshingila

Ntshingila,
Madlabane,
Sphepho,
Mahemu ezindlovu sinothuli malandela
Langa liyoshona emavaneni!Β 

abanye bazazi kanje:

Dlabane
Umgwamanda wamaSwazi
Abangahlulwa yilutho
oMakhanya ebuMnyameni
oMavula kuvaliwe
Abeqa umfula ugcwele
maDlabane weziNdlovu
Siphepho sawoLanga
oMlangeni abafika kuqala kusemnyama ezweni
oLanga libalele oNdlebe zikhanya ilanga
Bona abangangezwe ingongoni zasemavaneni
Abangagezi ngamanzi abageza ngobisi
Wena sidwaba esinothuli, singabangcwaba seza
nomlandakazi
Bona abaqeda ubombo ngokuhlehletela belomba
belomba belibuyelela
oNdlovu zadla ekhaya ngoba ziswele abelusi
oNdlovu kayisitheli bathi uyibone ngani uyibone
ngamanzi ukudungeka
oNdlovu kayihlehleli emuva, oNdlovu kayiphikiswa
oNdlovu kayikhohlwa
uDada labhula amanzi ngonyezi laphuma
lawathintitha emadwaleni
Usilevu singakanani, singangamashoba enkomo,
omadla inkomo bebodwa
uMgiqika njengethambo elagiqika esibayeni
sendoda
Ithambo lona elahlula umthakathi
Ithambo lenyoka elihlaba elimzondayo
uMahhemu owahhemula amakhanda amadoda,
umhlinzi wamakhanda amaMpondo
Wena kaPhuthazizulu, waka Mahelele, wakaMgubo
owasusumeza indoda ngobhoko
Wena kaSawane, wena mfo kaMfene mbili wathatha
enye wayinika umfokazana!!!
Mahhemu!!!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén