Simbine clan names:

Simbine,
Mabhodwe,
Zulu,
Gama,
Simbine Mabhodwe, Zulu ozulwa ngu Gama enkambini,
Simbine obhidliza izindonga zabafokazane ngeziphepho ngokucunukwa, Zulu ongacunukwa ngokusabela isizwana sasenkambeni,
simbine Mabhodwe.