If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: marion
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply
Abelumbi, ngoba babedubula babulale umuntu ekude, kwabukeka njengomlingo loko ukulumba, igama elithi ukulumba elinye igama elisho umlingo(magic) ngesizulu.
Leligama laqhamuka ngenkathi iLembe libuza abamhlophe ukuty yini abayisebenzisayo ekuzivikeleni noma ukulwa nezitha.
Bamkhombisa isbhamu waphika wathi lento engacijile ingambulala kanjani umuntu.
Wasethi nangu umuntu
mbulaleni ngibone,baty abamhlophe ngeke ngeke bebulale umuntu engena cala akabeke inkomo okuncono.
Nangampella yabekwa inkomo
buqama babe sebeyidubula yafa.
Lakhuza lababazi iLembe Kanye nebutho lathi hhawu kanti abelumbi laba bayilumbile inkomo ngaphandle kokuyithinta yafa leligama lavela kanjalo.
Ngokuhamba kwesikhathi nanokudibana kwabant bezizwe ezahluke laze lagcina sebethi abelumgu even bona imbalance abakwazi ukubuza umlumbi nanokushitsha kwenkaty nano bunye nobuningi kwabele kwaGcina sekuphumelele elabelungu
Kusuke kufungwa, Uma umuntu ethi into ethile ayisoze yenzeke usebenzisa sona lesi saga.
Incazelo yaso iyefana neyesaga esithi inkomo ingazala umuntu
Leave a Reply