clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Matiwane

Izithakazelo zakwa Zikhali

Zikhali,
Ngwane,
Hlongwane,
Sangweni,
Khanyile,
Mdladla,
Sogodi,
Ndungunye,
Matiwane,
Masumpa,
Masenga Sileka,
Ngwane kaNgwadi,
Izikhali azingalingani nezama xhegwana,

Ukukhomba ngophakathi

Ukukhomba ngophakathi

Kusho ukubusa imvamisa makudliwa noma kujatshulwe nje, kuthiwa ukhomba ngophakathi.

Kusukela lapho uma kudliwa inyama mhlawumbe kunomsebenzi lapho umuntu ephethe inyama, uma efuna ukukhomba into ukhomba ngomuno ophakathi. Kuyafana nokufinya ngendololwane.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: