clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mbuyisa Page 1 of 3

Izithakazelo zakwa Mawelela clan & Umlando

Mawelela,
Mzomba,
Nyamatane,
Mbuyisa,
Mtima nabongongwane emazomba ayakhetsana saway; endlunkhulu mzomba !

Clan names for Mngcwengi

Mngcwengi kaMbongo, Mbuyisa, Ndima, Sondisa, Mvemnyama, Mathobela, Nqalela, Khoza, Ndlandla, Nozajwe, Nomathotholo, Ndimande Kaqaqaqa, Sikhelekhele samadoda, Sgudu, oonkobe aziphekwa ngamavila ziphekwa zizikhuthali zodwa, iminyango ivalwe ngentloko zamadoda, umfazi obele lide oncancisa abangaphesheya kweLigwa, Amabongo amade ngawaselangeni, Amahle aseMjikweni, oogida sigoduke singalibali ngamathambo asemzini, oomabhentsel’ entilini.

Mbongo clan names

Mbongo, 💛
Mbuyisa,
Mvemnyama,
Manqalela,
Ibongo elibongozela njenge ndabhule ye’skhiwa,
Umfazi omabhele made omunyisela ngaphesheya komfula,
Into egeza ngamathe amanzi ekhona,
ISPHUTHUMA esaphuthuma umfazi emahlangeni,
Wenanto eyaphuma ekgokgweni bantwana ningathuk’ikhanda lamadoda lelo,
Makhubo,
Khoza,
Sondisa,
Manqalela,
MBONGO 🙌🙌

Ntanda clan names & History

Izithakazelo zakwa Ntanda:

izithakazelo zakwa MBUYISA Clan & Umlando

  • Mbuyisa,
  • Sama,
  • Nyathikazi,
  • Nxoza buhlalu,
  • Angiyithwali iNxoza yethusi iyedabuka,
  • Nina sivimbi sama saka, namasakazane,
  • Tshelani amadoda asuke phansi komthunzi wentaba, izingane ekhaya zafa ukuthuthumela.
  • Mbuyisa!

Mbuyisa Clan Names 😍 Mbuyisa Clan Praises

Mbuyisa Clan Names 😍 Mbuyisa Clan Praises
Mbuyisa, Sama, Nyathikazi, Nxozabuhlalu,
Angiyithwali incozi yethusi, iyedabuka, nina zivimbi zamasaka namasakazane, tshelani amadoda asuke ngaphansi komthunzi wentaba, izingane zafa ukuthuthumela….Mbuyisa!!!

Izithakazelo Zika Mbuyisa

Mbongwa
Mnuyisa
Wena waka zi kodwa wawelafuleni
Sakuthafba sakufaka eskhiphini
Mbongwa muhle mbongwa awusabeki

Ziwela izinsizwa ezinkule ezisabiwa amanyamadoda
Ngisho nje kunini babongwa abahle ngithi akusi yisizulu kodwa suswati

Izithakazelo zakwa Hlengwa Clan Names 🙌

Hlengwa Clan Surname

Izikibha nama-jacket/hoodies akwa Hlengwa Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Hlengwa Nongubo
Izithakazelo zakwa Hlengwa Mashasha

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izibongo zakwa Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Izibongo zakwa Mqadi

Mqadi

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: