Izithakazelo zakwa Chiliza

  • Chiliza,
  • Mdunge,
  • Chiliza,
  • Shabalala,
  • Zisuka zibekwa,
  • Bhoyiya,
  • Mdzakudza,
  • Hlule hlophe,
  • Wena owadunga amanzi baphuza abafokazana,
  • Dunge elihle, dunge elimhlophe!
  • Mkhathini,
  • Ngubonduna!