clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Msolwa

Jaca Clan Names & History

Jaca

Msenti

Nomafu
Msolwa

Zondwayo, ohlala bemzonda bethi wonile nob’engenzanga lutho

Ngwekazi

Mkhethaphel’emasini

Nina mageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi, mbacomfofu ophuma eswazini

Nomafu

Vumile
Malimela, owalimela amadoda ngenkomo ezimbili kuya kwezintathu !!

🙌🏾

Izithakazelo zaka Jaca

Jaca, msent, mkheth’phela, zondwayo, malimela, masango, zuma.

Another user wrote it like this:

Jaca

Nomafu

Msolwa

Zondwayo, ohlala bemzonda bethi wonile nob’engenzanga lutho
Ngwekazi
Mkhethaphel’emasini
Nina mageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi, mbacomfofu ophuma eswazini
Nomafu
Vumile

Malimela, owalimela amadoda ngenkomo ezimbili kuya kwezintathu !! 🙌🏾🙌🏾

Izithakazelo zakwa Malengwana

Malengwana! Msolwa, Ndangala, Gumla, Shusha, Mfazi Omabel’ Made, Wena Owancelisa Umntwana Engaphesheya Komfula…

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: