Mvubu
Mgasela
Mdluli kabongwa
Qoqolazitha
Silosamanzi
Vova
Mathunjwa wena owathunjwa emanzini wabongwa zinkonjane zona ezindisa phezulu !
Joyisa !!! 🙌🙌🙌
Tag: Mvubu
Isithakazelo sakwa Mvubu sithi:
Mvubu,
Tfobhoyi,
Silosemanti,
Tfobhoyi phuma sikubone,
Tsabe,
Geza dukwana,
Mvubu
Impi yosongo kayilwi
kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe…..baze bashayane ngezandla.
izithakazelo zakwa Mvubu
Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Mvubu, zithumelae kule-email: [email protected]
Izithakazelo zakwaMathunjwa
Mvubu,
Mkholo,
Dukwane,
Masina,
Khathide!
Khalishwayo!
Wena koNdandazi,
Wena Soshabeni,
Wena kalumbembekazi abalala baze bashwishwe ngomlenze!
Njoko:
- Nqamane,
- Nsele,
- Lindamkhonto,
- Phangisa
Dlomo:
- Mkhabela,
- Dinangwe,
- Bhelesi
Gamede:
- Magadlela,
- Mkhohlwa,
- Mbebe,
- Mhlungu,
- Sebenzekhaya
Dlungwana:
- Nondaba,
- Gagashe,
- Zondi,
- Phithikela,
- Mathaba,
- Nyanzela
Mdlalose:
- Nyanda,
- Maduna,
- Dikane
Gaba:
- Nyawose,
- Mzoneli
Thabethe:
- Mangethe,
- Gema,
- Sosibo
Doyisa:
- Khoso,
- Mzengezi,
- Mvubu
Donda:
- Ngonyama,
- Masinga,
- Thusini,
- Manqele,
- Mzimela,
- Mnguni
Sithole:
- Jobe,
- Mondise,
- Matshana,
- Maphitha,
- Maqoqo,
- Ngqikazi,
- Mgidi,
- Mqolo,
- Mkhwanazi,
- Myshibha,
- Mahamba
Gcabhashe:
- Mnguni,
- Mhlathuze,
- Njonjo,
- Masimuka
Gule:
- Malambule,
- Nselenduna