clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nduli

Izithakazelo zakwa Chamane?

Chamane
Chube
Dingila
Nobhonco
Nyanisa
Ngipha
Nduli
Nzama
Gcugcwa bakulingene bangangentende yesandla!
Zukula!

Izithakazelo zakwa Nduli

NDULIKhwela, Mgabhazi, Scubu kasosiwa siyaphekwa ngembiza enkulu umahhumeka, wasipheka uyosihlawula ngamaduna namathokazi.

Nhlunu kayigezwa wayigeza uyoyihlawula. AmaNduli amahle enda ngonyezi

Ukushiselwa

Kuthiwa umuntu wesifazane akasho ukuthi uyashiselwa kufanele athi uzwela ukushisa.

mawuthi uyashiselwa kusho ukuthi ufuna indoda la.

noma igazi likuthuma elawini…kodwa ezikhathin zamanje umuntu usezikhulumela inoma ikanjan nje.

Izithakazelo zakwa Khwela 😍 Khwela Clan Names

Izithakazelo zakwa Khwela

  • Khwela
  • Nduli,
  • Mgabhazi!
  • Sicubu kasosiwa siphekwa ngembiza ende kaMahhumela kuze badle bonke basuthe !
  • Thole lenhlunu kay’gezwa way’geza yoy’hlawula ngamaduna nethokazi !! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: