Izithakazelo zakwa Bhengu

Izithakazelo zakwa Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi! Zikhona izikibha nama-jacket akwaBhengu: Whatsapp/ Call: 061 868 5163 Pricest-shirt:

Imvelaphi yakwaBhengu 😍 Bhengu surname origin

AbakwaBhengu 😍 Ngcolosi UMUNTU wokuqala ongukhokho wabantu bakwaNgcolosi nguSongololo. Yena wazala uLusibalukhulu, uLusibalukhulu wazala uDlabazana ozala uBhengu. Kokhokho babantu bakwaNgcolosi igama likaBhengu laduma kakhulu laze lagcina seliyisibongo kuze kube namuhla. Esend*ni likaBhengu kwavela uNgwabini, uNgwabini uzala uLamula. Nazi izihasho zakhe uma egiya: uLamula bonyanga! Kuyophel’ amabele sidl’inyama. NabakwaJali bangabakhona kwaNgcolosi.

Bhengu Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwaBhengu

Bhengu: Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi!

IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU

IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane, KaNgwane, kaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo. Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo! Wathi uyalithinta lahwaqabala Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli. Sigampu Ngwane, ingwani ngwadi. Abayibone ngesond’ukuthi iwelile. Jali! Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga. Mmemezi kaHlangabeza! Ngcolosi!

Izithakazelo zakwa-Bhengu

Izithakazelo zakwa-Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi!

Izithakazelo zakwa-Bhengu

Izithakazelo zakwa-Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi!

Khambule, Khoza, Sibiya, Jali

Khambule-Nkambule Mncube-Ncube, Mzilankatha, Nkomo, Mlotshwa, Malanelilanga, Magosolo, Mpangazitha, Makhombothi, Dambuza, Mthabathe, Nkambule-Khambule, Silutshana, Mbunda, Maweni, Siyobi, Mthombeni, Madlozi Khoza Mlotshwa, Msuthu, Mkhathini, Mancencence, Hlabisa, Ntshingwayo, Mangena, Mlilo, Skhothana, Mabona, Nomageja, Sokhabase, Ntshamase, Ndlandla, Sphandabantwana, Ndlelehambekhaya Eyanqamula kwa Mandlakazi Sibiya Sotobe, Gazu, Ndaba, Gumede, Khathi, Manyele onyelela njenge Ntombi iya esokeni,