clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Ngwenyama

Izithakazelo zakwa Mathebula

Izithakazelo zakwa Mathebula

  • Masina,
  • Mthombeni!
  • Ngwenyama,
  • Mkholo onsundu nezinyawo zakhe,
  • Wena Ngubo yengonyama!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Mathebula Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Mathebula
Izithakazelo zakwa Mathebula

Prices:
t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Ngwenyama

Ngwenyama Dlangamandla Mhlath’ongahlulwa thambo

Bambisa

Izithakazelo zakwa Bambisa:

  • Ngwenyama,
  • Cebisa
  • Mamba,
  • Luvuno,
  • Langa Libalele,
  • Nkomo zikaMshiza,
  • thina bakwaMaqoqotha,
  • thina esingahlahli ngezinti,
  • esihlahla ngamakhanda wamadoda,
  • thina bakwaNzipho ezinde,
  • ezibomvu ezim’nyama ngokuchwayana,
  • oMbambo Zabalwa ezintabeni kwanoBamba.
  • Ngwenyama!!!

Izithakazelo zakwaMathebula

Izithakazelo zakwaMathebula

Masina,
Ngwenyama,
Mkholo onsundu nezinyawo zakhe,
Wena Ngubo yengonyama.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: