clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nhliziyo

Izithakazelo zakoNhliziyo

Mthaphi wezinyosi, Nselekandaba, wena welugoda omuhle njengeshlabathi solwandle, Mgobi ongagobeki, mahlatshwa luthi linye lomkhonto lokho akuthatshelwa muntu, mdliwamafa aseBabanango, Mbilini, mahlasela owahlasela ngempondo zenyamazane abanye behlasela ngemkhonto, Maqom’inkomo, Nyath’emnyama tshu/bhuqe ethobela amakhosi , mfokaXhegwana elimunywana elinjengentombi, Sokhabuzela, Nyathi kazi,Bhenje, Mathabizolo

Izithakazelo zakwa Nhliziyo

nhliziyo clans:
Mthaphi, Nsele kaNdaba, Mgobi wena ongagobiyo; Mbili welugoda pmuhle, Onenhliziyo emhlophe njengeqwa; Pelo yakgomo engahlatshwa umkhonto kanti lokho akuthatshelwa; Nkunzi emhlophe ethobela inyathi emnyama tshu

Izithakazelo zakoNhliziyo

Zithini Izithakazelo zako Nhliziyo ?

Tshwala Clan Names

Tshwala
Gojela
Bahlali
Nsele kalinda Mkhonto
Dunjwan
Mzila
Nhliziyo
Nsele Nduna
Abalindi nabalindakazi !

Nhliziyo Clan Names & Nhliziyo History

Nhliziyo: If you know any information about this surname, such as Nhliziyo Meaning, Nhliziyo Origin, Nhliziyo History or Nhliziyo Clan names, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Please use the form below to add info for this or another surname/clan name:

Please complete the required fields.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: