Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Tag: Nkomonde

Ukuthwala ngeqoma

Ukuthwala ngeqoma

Kusho ukuthembela entweni

iqoma yinto eyakhiwa ngotshani obuqinile ukuze ikwazi ukuphatha okuthile, yakhiwe njengomphongolo…..isetshenziswa ukuphatha izipho intombi esuke izipha isoka layo ngenhloso yokuthi iyethembela kulo lelo soka ukuth lizomuphatha kahle

isibonelo: INingizimu Afrika ngiyithwele ngeqoma ngoba izobhekana neCongo

Izisho nezincazelo

Izisho----------nezincazelo 1.ukupheka inyama ngomhluzi wenye----ukuhlaba njalo 2.ukuncelisa umbele ofile-----ukukhohlisa 3.ukulala ngophondo--------ukuba sesimeni sokungakwazi ukuzisiza 4.ukuthwala-------ukuzazisa 5.ukuzizala------ukuzala ingane efana nawe. 6.ukulandela Read more

Izithakazelo zakwa-Dimba

Izithakazelo zakwa-Dimba Dukada, Fenya, Fanisa, Mabhalangozipho, Nkundlande, Mnguni!

Izithakazelo zakwa Nkomonde

Izithakazelo zakwa Nkomonde

Nkomonde,
Msuthu,
Mfuphi,
Ndiyema kamthanti,
Mdladla odlemini,
Wena wakwamacebisa kuyasa,
Wena owalingwa zintaba zendelana,
Mlotshwa,
Mkwena wena owawela ngesilulu elisuthu,
Dlomo!

Izibongo zakwa Magagula

Magagula Mthombeni,Msuthu,Gujwa,Ntenga,Duma,Thabisa,Mvenya Abakwa Magagula nabakwa Mthombeni abantu banye.

Izithakazelo zakwa Memela

Izithakazelo zakwa Memela Gambu,Msuthu,Ntethe,Mathamahle,Sikhakha simantwenguntwengu ngokudliwa yinundu,Ngwekazi kaLanga,Nontuli! Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Memela Whatsapp / call: 061 868 5163 Prices: t-shirt: R200Hoodies: Read more

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: