clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nojiyeza

Izithakazelo zakwa Nojiyeza

Singo: Nojiyeza, Nyanda, Msangula, singakamzi’othetha amacala awok’phinga nawokuthakatha, singabakaLukhwashu,

Sidabuka eMaphephetheni, ngaphansi kwesizwe sakwaGwala esibuswa inkosi uThandizwe njengamanje. Ngenxa yokungahambisi kahle, kuthiwa saphuma kwaGwala ngokuvumelana saba isibongo esizimele, engangokuba siyaganiselana nabakwaGwala.

Iqhina liphume embizeni

Iqhina liphume embizeni

kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe

iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane

imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: