πŸ’›

izithakazelo

Tag: oord Page 2 of 3

Inhlabisamthimba 😍Inkomo

Inhlabisamthimba – lenkomo ehlatshelwa umthimba uma kugcagcwa.

Imbeka 😍 Inkomo yamalobola

Imbeka – lenkomo ehlantshwa emzini ngumakoti yokujabulisa abasemzini. Lenkomo ihlatshwa emuva kwesithathi umakoti egcagcile. Isikhathi kungaba yizinyangana noma unyaka ophelele. Lenkomo ngoba ithatha isihathi ukuhlatshwa, kungaba nje yithole lenkomo.

Isibhoma 😍 Inkomo yamalobolo

Isibhoma – lenkomo yisipho umkhwenyana asipha umakoti kuthiwa eyesidwaba sikamakoti ayosiqgoka emzini.

Isikhumba

Isikhumba – lenkomo umkhwenyana ayinika uyise kamakoti kuthiwa eyesikhumba sikamnumzane wekhaya. <

Page 2 of 3

Β© 2026