Undingasthebeni Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala #umsuka Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.
Ukuwotha ubomvu
Ukuwotha ubomvu (umlilo) lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele