πŸ’›

izithakazelo

Tag: rabau

RABAU Clan Names & Family History | Umlando

Rabau Clan Names, Meaning & History.

Rabau surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Baba, bathethelele song lyrics

Baba, bathethelele song lyrics

Chorus:
Baba, Baba, bathethelele,
Baba, bathethelele, bathethelele ngoba kabakwazi,
Baba, kabakwazi abakwenzayo.

1.
Kwakukhona abanye abaphangi ababili,
ababesiwa ukuba babulawe kanye laye.

2.
Sebefikile endaweni ethiwa uKhakhayi,
bambethela khona kanye labaphangi.

3.
Omunye ngakwesokunene,
omunye ngakwesokhohlo.

4.
Babelana ingubo zakhe;
benza inkatho ngazo.

5.
Abantu bema bembukela,
kodwa ababusi bamklolodela.

6.
Bathi: Wasilisa abanye, kazisilise yena,
uba enguKristu okhethiweyo kaNkulunkulu.

7.
Labebutho bamenza inhlekisa,
beza kuye bemnika iwayini elimunyu.

8.
Bathi: Uba uyiNkosi yabaJuda,
zisilise wena!

9.
Kwakukhona lombhalo phezu kwakhe,
othi: Lo uyiNkosi yabaJuda.

10.
UJosefa waseArimathiya,
wacela kuPhilathu isidumbu sakhe.

11.
Wasigoqela ngamalembu,
wasibeka elibeni lakhe.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén