Clan Names, Meaning & History.
surname info is currently not listed.
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Clan Names, Meaning & History.
surname info is currently not listed.
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Kunenkulumo-ke esijwayelekile kubantu, ngisho nasemisakazweni yesiZulu imbala uzwe abantu bethi, βUkhule ungakhokhobi.β Kuyiphutha lokhu. Kasazi noma basuke bekufisela ukuthi uma usugugile ungabe usakwazi ukuhamba kepha uhudulwe okanye uqhutshwe ngenqola, ngoba phela angeke uguge okwangempela kodwa ujike ungakhokhobi uma uzihambela ngokwakho.
Kungenzeka basuke bekufisela ukuthi ungafiki kwakufika kulelo zinga lokuguga, kepha usheshe udlule kulo mhlaba. Kasazi. Yibona (abakushoyo lokho) kuphela abanencazelo yalokho.
Asingazami ukuguqula isiZulu esiyisona, sikhulume okuthandwa yithi sibe singayazi incazelo yalokhu esikuguqulayo, futhi singakuhlaziyanga kwakhona lokhu okusha esisuke sesiqhamuka nakho.
Β© 2026