izithakazelo

Tag: sebagela

SEBAGELA Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazelo zakwa Mzinyane or Mzanyana Clan Names

Mzinyane Clan Praises | Mzinyane Clan Names

Mzanyana wama Hlubi,
Mzanyana owakhishwa wodwa. Nibakhulu Makhulukhulu,
Ninabegazi lenkosi,
Bhungane kaNsele,
Zikode kaGob’izembe,
Mehlomakhulu,
S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi siyamujamela,
Umkhulu Bhungane,
Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba,
Mthimkhulu,
Mafikawele ngobehamba
NoNkulunkulu,
Mashiya amahle amade okwenyamazane,
Hadebe,
Ndlubu ezamil’ebubini ngoba zesab’ukwehlela,
Ingab’emhlabeni zesabani?
Nina enindlebe zinhle zombili,
Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama,
Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele,
Mahlubi amahle,
Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana,
Bhungane! Ngelengele!

© 2026