πŸ’›

izithakazelo

Tag: sephai

SEPHAI Clan Names & Family History | Umlando

Sephai Clan Names, Meaning & History.

Sephai surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Izithakazelo zakwaMbudu Clan Names

Mbudu Clan Names

Mbudu kamhlanga
Mabuyazendile izintombi zakwaZulu
Nzosha kaziqubu
Ndimande
Sobiko
Thekela ngemikhonto

Umlando wakwa Mbudu | Mbudu Clan History

AbakwaMbudu bangabenguni lesisibongo siyatholakala ezindaweni ezininganyana okubangelwa ukufuduka kwabantu. Esingakusho nje ukuthi labantu babehlala ezintabeni zaseQhudeni eNkandla lapho uMzinyathi uthela khona oThukela. Amakhosi aphambilini alababantu awasaziwa Kahle, sekukhumbuleka nje kuphela lawo okungcina uTshoko No Thekela, ngaphambikokuthi izwe labo lidliwe abamhlophe balinike abakwa Ntuli.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén