Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Tag: Shezi Page 1 of 2

Izibongo zakwa Makhombothi

Makhombothi:

  • Ntumbeza,
  • Mlotshwa,
  • Ntunzi,
  • Cabuzela onyawo zincane zingabankulu zifuze ekhabonina,
  • Khambule,
  • Nkambule,
  • Mzilankatha,
  • Shezi,
  • Magidla
Izibongo zakwa Shezi

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:  Shezi Dlaba Shukula Mnoniya Dludle MncubeMlotshwa ka Lumbazo ka ZokufaSigananda ophum' eNkandla ! Ama-Qamu kwa Majozi Read more

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more

Izibongo zakwa Shezi

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:

  •  Shezi
  •  Dlaba
  •  Shukula
  •  Mnoniya
  •  Dludle
  •  Mncube
  • Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
  • Sigananda ophum’ eNkandla !

Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu. Wadlala indima enkulu ngempi yabantwana eyaziwa ngempi yaseNdondakusuka, Read more

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa

lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.

Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani


Yeni Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Yeni


Yeni Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Yenishibase! mqathongo, hlatshane, bhengu! mntungwa, nodlela, mgabhazi! nkophe ezinde ngokuqhwebana, mancinza abancinza intombi maqede Read more


Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu


Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu. Wadlala indima enkulu ngempi yabantwana eyaziwa ngempi yaseNdondakusuka, Read more

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu

Image may contain: one or more people and outdoor

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu. Wadlala indima enkulu ngempi yabantwana eyaziwa ngempi yaseNdondakusuka, lapho uMpande ayeqhathe khona abantwana uCetshwayo no Mbuyazwe. UZibhebhu wesekela kakhulu umntwama uCetshwayo bayinqoba leyompi. Izinto zajika ngemuva kokunqoba kukaZulu abamhlophe empini yaseSandlwane, njengoba inkosi uCetshwayo yadingiselwa phesheya. Yabeka indodana yayo eyothatha ubukhosi ngemuva kwayo, umntwana uDinuzuluu kumfowabo uZibhebhu kaMaphitha. Indaba yoniwa ngomntwana uNdabuko kaMpande owayelamana nesilo uCetshwayo owanyundela uZibhebhu kumfowabo ethi ebehlupha umntwana emulusisa emusengisa futhi. Sase isilo simshalazela ke ngalokho uZibhebhu okwamenza wagadla kuqala kunenkosi yakhe uCetshwayo. Kulolo hlaselo lwaZibbhebhu kwafa izikhulu cishe zonke zakwaZulu,engingabala ezimbalwa zazo; uGodide kaNdlela, uSihayo wasemaQungebeni, uMbopha kaWolizibi wakwaHlabisa, uNtshingwayo kaMahole namadodana akhe amabili, haaa ngingabala ngifikephi na, cishe 79 eezikhulu ezasala enkundleni zijunywe uhlaselo likaZibhebhu kaMaphitha. Lokho kwadala inzondo phakathi kwaMandlakazi noSuthu okwenza ukuthi isilo uDinuzulu siphindiselele uyise kuZibhebhu.

Ubongwa kanje uZibhebhu, umsongi wensimbi eshisayo ayibeke ekhanda kusabe amagwala! Nani maSwazi yekani ufunga uMahlokohla ngoba uMahlokohla ngowakithi eBhanganoma! Haaa inkosi kayiqedwa.


Zibani Clan Praises 😍 Izithakazelo


Zibani Clan PraisesNontanda kubukwa Bhalabhala kamancinzaZikhonjwaManzini [abanye bayamuphika uManzini]Makhoba nina nabhala ngo Zwane banye bebhala ngepeniZungu onozwela !!!


Izithakazelo zakwa Zungu


Izithakazelo zakwa Zungu 😍 Zungu Clan Praises Gwabini,Manzini, Geda,Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,Wena owaphuma ngenoni emgodini,Sengwayo!

Izithakazelo zakwaMnomiya

Izithakazelo zakwaMnomiya

Dlaba,
Shukulas’, Shezi,
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi,
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!


Abakwa Shezi


Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:  Shezi  Dlaba  Shukulas  Mnoniya  Dludle  Mncube Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa Read more


Ubude abuphangwa


Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: