clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Shude

Shude Clan names, Izithakazelo Shude

Shude,
Sevu,
Nikwe,
Mbelu,
Mabhula,
Mngcaka,
Ndala,
Nothwala,
Vubeko,
Ndekele,
Malangani,
Nogoni,
Mkhont’uyavutha,
Mbeny’eziklaklayo,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela
Mfen’endala kweziny’iMfene ekhal’emaweni ithi hho…

Izithakazelo zakwa Shude

Shude
Mbeny’eziklaklayo
Sevu
Nikwe
Mbelu
Mabhula
Vubeko
Ndekele
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela
Mkhont’uyavutha

Ukungapholisi amaseko

Ukungapholisi amaseko

Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into

Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: