clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Sibande

Izithakazelo zakwa Sibande clan names & History

Sibande surname:

Sibande!
Goje!
Mdlanyoka!
Phangelakhulu!
Hlase ka Ngwane ka Thumbankomo, Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livulwa ngamakhanda amadoda, Njengeloncama njengezitho zakhe, Khondlo lomnyama wakaLombiwako!

Izithakazelo zakwa Mandlazi Clan names

Mandlazi, Semane, Sokoto, Dlomo, Bhila, Mtjali, Sibande, Mthiyane, Nyoni, Sono, Metise, Mbangela sdumo, Ngale, Nyoni yezulu yemsilo omude lendizela phezulu, Mgodi wezintuthwane, Nina basemnemne abathobe ngenhloziyo, Mbonambi !!

Izithakazelo zakwa Nsibande Clan Names History

Nsibande Clan Names

Sibande,
Mdlanyoka,
Goje,
kuHlase wangwane,
Dzenga loncama netitfo takhe,
nkondlo lomnyama lombiwako !

Ukungapholisi amaseko

Ukungapholisi amaseko

Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into

Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: