πŸ’›

izithakazelo

Tag: sihlu Page 6 of 71

Izithakazelo zakwa Ngoma clan names

Izithakazelo zakwa Ngoma,

Ngoma, Maziya,Β  Mlauzi!

Izithakazelo zakwa Mbanjwa clans & History

Mbanjwa,
Sama,
Khathini,
Ngongonono,
Mancisha kancane ngokweswela izinkomo,
Nina naphekwa netshe lavurhwa nina nagongobala!

Izithakazelo zakwa Gama Clan Names & History

Gama, Mduba, Mzozwane.
Ngithi ohuman’ ngaphansi komthunzi wentaba
Afa amadoda eqhaqhazela,
Yincuncu ephuz’ kwezinde iziziba
Aziyi kunqundeka umlomo, Singamangwe
Ama thafa kubongwa ngisho isiwengu wengu
Isikhumba sengonyama, ishon’ phansi ibuye nodaka.
Gama, Mduba, Mzozwane !!

Izithakazelo zakwa Jeza clan names & History

Jeza,
Belelide elawel’ umvoti,
Elancelis ingane ngaphesheya komfula,
Dowina,
Mabasa!

Page 6 of 71

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén