clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Sishange

Mkhwamubi Clan Praises Mkhwamubi Meaning & History

Izithakazelo zakwa Mkhwamubi :

Thusi, Sishange, Manganyela, Mgqwabagqwaba, sihlahla esingenakhasi, mawela ngobisi abanye bawela ngeyinyawo, Nhlangezintsha zamabele, Thusi elimhlophe, Sindasinda ohlul’aphendula, bayethe, mfene ehlal endle ngoba ezabathakathi zihlala endlin , Donda, Mlotshwa, Nyawo lenkawu,Nsukwini, Ndlebelenkomo, Mawelangohala, Ntshekeza kalikhalu

Izithakazelo: Maphisa, Maphisa Clan Praises

Maphisa:
Mlambo, Sishange, Mabhedla, Mtshali, Nkwali, Ndwandwe, Mdineka, Mthimkhulu, Zwide kaLangaMaphisa wena ongaphiswa wuthuvi kepha ophiswa ‘ulaka, Gubhuza, Vezi, Mlambo omkhulu ongawelwa abantu owelwa zinkonjane zon’ ezindiza phezulu !!!

Izithakazelo zakwa Gcwabaza

Gcwabaza Clan Names

Order: 061 868 5163

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Izithakazelo zakwaMlambo

Izithakazelo zakwaMlambo

Mdineka,
Sishange, Maphisa,
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Chibi!

Izithakazelo zakwa-Gcwabaza

Izithakazelo zakwa-Gcwabaza

Thusi,
Sishange, Makhanya,
Mlotshwa!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: