πŸ’›

izithakazelo

Tag: skhoasana

SKHOASANA Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

MPANGASE Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Mpangase Clan Names 😍 Umlando wakwa Mpangase

AmaMpangase AmaNgwane oHlongwane
Abadala bathi isibongo sakwa Mpangase sisukela egameni lomuzi wakwa Phangase ( phanga + ukusa)
Igama lomuzi lisukela ekutheni indoda yakwa Hlongwane yathatha intombi yakwa Hlongwane yayenza umfazi wayo.
Ngeke siqede ukwazi… kodwa amakhosikazi wenkosi uZikhali amabili wokugcina ango maHlongwane. ( Funda incwadi Matiwane and AmaNgwane tribe)

Labo maHlongwane bazala u Dabulesakhe no Mzimkhulu… Bagcine bengasabizwa ngomaHlongwane but ngomaMajola nomaMasela)
Isibongo sakwa Mpangase cishe siqhamuka lapho.
Ngakho izithakazelo zakwa Mpangase ziyefana nezakwa Hlongwane:

Izithakazelo zakwa Mpangase
Mathimba esangweni abanye bethimba ezizweni…
Mathimba esangweni kuvele ithokazi !
Abanye bagcizelela
Masengezakhe ngoba ezabanye zinemilanjwana !

Β© 2026