πŸ’›

izithakazelo

Tag: sohobese

Mzangwa clan names

Mzangwa
Ncuthu,
Sohobese,
Nkuma,
Nikwanto,
Isizukulwana sika Sintsila!

Sohobese Clan Names & Family History | Umlando

Sohobese Clan Names, Meaning & History.
Izithakazelo zakwa Sohobese. Sohobese Surname. Sereto sa Sohobese.

Iziduko zako Sohobese.Sohobese‘s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Izithakazelo zakwa Thethwayo Clan Names

Umlando wakwa Thethwayo

Isibongo sakwaThethwayo sidabuka kwaNdlovu, oNdlovu bona bedabuka kwelabeSuthu, indaba yaqala emva kwesigameko sikaMacingwane wakwaMchunu sokuthi ahlasele uMpongo indodana kaZingelwayo kaLamula kaGatsheni okunguyena owabe engumholi wabantu bakwaNdlovu ngaleso sikhathi uMacingwane wahlasela uMpongo emsola ngokuthakatha, ekuhlaselweni kukaMpongo kwaphoqa abantu bakwaNdlovu ukuthi bahambe beyobhaca kuZihlandlo kaGcwabe esizweni sakwaMkhize.

Ngaleso sikhathi oNdlovu base bedume ngokuthakatha ngoba ngisho nabakwaKhanyile base beke bakhala ngokuthi izinkomo zabo zisha ubisi uma zike zadla edlelweni linye nezakwaNdlovu ,

Kuthe ngokubona benezitha abantu bakwaNdlovu enye yamadoda akhona ogamalayo kunguTHETHWAYO yanquma ukusebenzisa igama layo njengesibongo ukuze iziphephise yona nenzalo yayo ,savela kanjalo isibongo sakwaThethwayo .. Yingakho koThethwayo uthola izithakazelo ezithi *iNsimbane eyabona abeNguni yanyelela oGatsheni

More information
Kuthe iNkosi yakwaKhumalo uMzilikazi kaMashoba ilibangise koZimbabwe abantu bakwaNdlovu bazibandakanya nayo ,phela base bezibona bengenazwe bethi kungcono kwenye indawo, yingakho uthola oNdlovu eZimbabwe.
Esinye sesizukulwane sikaMpongo uyasithola eXobho eFafa ,esinye sikoGreytown.

source: indabukoyakho.com

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén