- Mashaya
- Ntumbese
- Mphankomo
- Mehlayzitha
- Dumisa
- Somuhle
- Zalukazane ezimbili ezihamba ziphikisana esinye sithi ngyophuza ezansi esinye sithi ngyophuza ngenhla
- Mphathi wenduku mshayi wethonga lingabuyseli
Tag: Somuhle
Izithakazelo zakwa Ngwenya
Ngwenya
Mtimande,
Bhambolunye zingabambili zobe zifuze ekhaya konyoko
Ngenela,
Mthiyane !
Mthiyane !
Abanye bazazi kanje:
Ngwenya
Mtimande
Kota
Bhambolunye
Mabuya engasabuyi
Ayobuya emangwananeni
Nungunde
Wakhothe
Bayosala beziyolanisa
Mabhodla amanzi Abantukazana
Bebhodlutshwala
Vusumuzi
Ngikuvusa UMadonsela and qhamuka esedonsa ukunene noshongwe
Gamandze