πŸ’›

izithakazelo

Tag: teffa

Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka

Undingasthebeni

Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala

#umsuka

Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.

Ukuwotha ubomvu.. nayi incazelo

Ukuwotha ubomvu (umlilo)

lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele

Izithakazelo zakwa Phenyane Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Phenyane

Umlando wakwa Phenyane

Uma kukhona onolwazi ngezithakazelo noma ngomlando wakwaPhenyane, sicela ulwazi ulufake kuma-comments ngezansi.

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén